ABANGONI:

Isizwe samaNgoni KaJere sise Zambia, Malawi naseTanzania bonke labobantu badabuka la KwaZulu ,empeleni abasibo abakwaJere kodwa bangabakwa-Jele, the time besela KwaZulu babengaphansi kombuso wakwaNdwandwe kaZwide kaLanga so kwathi ngonyaka ka 1819 the time uNdwandwe... https://twitter.com/MimiReeds/status/1359047372567957505
elwa noZulu la khona uZulu awina khona so kwathike zonke izizwe ezabe zingaphansi kukaNdwandwe zalifulathela elakwaZulu zayobheka amadlelo aluhlaza enkosini uZwangendaba kaZiguda owabe ehola abakwaJele naye wenza njalo wathatha leyongcosana eyasinda empini walibhekisa enyakatho..
nezwe, so wahambake waze wagcina efika eZimbabwe lapho ahlala khona nesizwe sakhe, wathi esahleli kamnandi eZimbabwe wezwa ngezinhloli zakhe ukuthi nangu uMntungwa u''Mzilikazi kaMashobane'' uyeza uthunywe iLembe ukuzoqeda ngabo, wabe esesuka lapho waqhubekela phambili, wahamba..
edla izizwe ngendlela ezifaka embuswebi wakhe wakwaJele, untill they got to a river called Zambezi abaningi babo bamuka neZambezi kwathi laba abasinda baqhubeka nohambo, inkosi uZwangendaba wagcina ezinze eZambia lapho wafika wakha khona isigodlo wasiqamba wathi kuseMaphupho. . .
kwase kuthi ekukhothameni kwakhe umbuso wahlukana waba maqembuqembu, kukhona abase Zambia abanye base Malawi kanti abanye base Tanzania, but manje ulimu lwesiZulu selabalahlekela abasakwazi ukuxhumana nabanye abeNguni hence they even called themselvs AbaNgoni cos theey did not...
wanna branch out completely from uMnguni so imi kanje lento AmaZulu, AmaXhosa, AmaNdebele, AmaSwati, AmaShangane zonke lezi izizwe zikaMnguni KaNtu. THE END.
You can follow @ZuluSweG.
Tip: mention @twtextapp on a Twitter thread with the keyword “unroll” to get a link to it.

Latest Threads Unrolled:

By continuing to use the site, you are consenting to the use of cookies as explained in our Cookie Policy to improve your experience.